Kudlwengulwe obefuna umsebenzi eThekwini

2016-07-05 20:29

Durban – Owesifazane waKwaZulu-Natal obenethemba lokuthola umsebenzi uzithole esedlwengulwa ngumlisa obethembise ngokumtholela umsebenzi, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

UCaptain Nqobile Gwala uthe owesifazane oneminyaka engu-29 ubudala wayezihambela eJacobs, eningizimu yeTheku, ngomhlaka 29 Ephreli ngesikhathi ehlangana nomlisa oneminyaka elinganiselwa kwengu-60 ubudala owathembisa ngokumtholela umsebenzi enkampanini asebenza kuyona.

Wamtshela ukuthi akahambe naye bayendaweni abazofike bahlale khona phansi ukuze ezothatha imininingwane yakhe.

Funda nalolu daba: Asagcwele amathafa amadoda abulale usomatekisi eGoli

Kunalokho, sebeseduze nesikhotha, wamdudulela phansi, wakhipha ummese wabesemdlwengula.

Owesifazane wasinda kanti wabikela amaphoyisa kanti kumanje uphiko lwe-Family Violence Child Protection and Sexual Offences eBrighton Beach luyaphenya.

Umsolwa ubengakatholakali.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.