Kudubuleke intombazane, 8 kudubulana imigulukudu

2016-07-08 14:31

Cape Town –Kubulawe abantu ababili okubalwa kwadubuleka nentombazane kwizigameko ezahlukene eHanover Park eKapa.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Andrè Traut othe lokhu kwenzeke ngoLwesine emini kanti kube nezigameko ezintathu ezahlukene.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe oyedwa kwaboshwa abasolwa abathathu

“Kudutshulwe owesilisa,23,  emabhasini eHanover Park ngo-5:15 ekuseni, edutshulwa umsolwa ongaziwa.

Ngemuva kwamahora amane kudutshulwe kwabulawa owesilisa,27 kwalimala abanye abathathu, kusho yena.

Kanti kwisigameko sokugcina kudubuleke ingane eneminyaka engu-8 idutshulwa inhlamvu ephaphalazile,”kusho uTraut.

Abalimele baphuthunyiswe esibhedlela kanti baqashwa ngamaphoyisa. Akukaboshwa muntu okwamanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.