Kudubuleke owesimame okhulelwe esegcekeni lakwakhe

2016-07-11 20:33

Durban - Sisashubule isimo endaweni yaseVillage entshonalanga nesifundazwe sakwaZulu-Natal.

Lokhu kulandela imibhikisho enodlame yomphakathi bekhalazela ukungabi nogesi izinsuku ezinhlanu.

Amaphoyisa asebenzise izinhlamvu zenjoloba ukuhlakaza iqulu lababhikishi. Lokhu kuholele ekulimaleni kwabantu abayisithupha.

OLUNYE UDABA:Kuqhubeka umbhikisho ku-M19 eThekwini

Kulaba abalimele, kubalwa nowesimame obesesimweni esibucayi njengoba enezinyanga ezingu-8 ekhulelwe.

Kuthiwa lo wesimame udubuleke ngephutha esegcekeni ngoba ubengeyona ingxenye yombhikisho, kubika iKZN Eyethu.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.