Kudubuleke umfundi esekilasini eKapa

2017-08-01 18:04

Cape Town – Kudubuleke umfundi owenza uGrade 10 esikoleni walimala eBonteheuwel High School, eKapa.

Inhlamvu ingene ngewindi ekilasini kwalimala umfundi oneminyaka engu-23 ubudala emlenzeni ngoMsombuluko.

UMnyango wezeMfundo eWestern Cape ngoLwesibili uthe usubahlelelile abafundi nothisha ukuba balulekwe ngokomqondo.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe umfundi,15, emagcekeni esikole

"Abanye abafundi abathathu bakhale ngezinhlungu ezindlebeni. La bafundi baphuthunyiswe esibhedlela," kusho isikhulumi uMillicent Merton.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Leon Fortuin uthe inhlamvu inikezwe amaphoyisa esiteshi saseBishop Lavis, njengoba ingazange ingene emlenzeni walo mfundi. Imhuzulile nje kancane.

Amaphoyisa aphenya icala lokuzama ukubulala.

Akukaboshwa muntu kulandela lesi sigameko.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.