Kuduke indiza emoyeni

2016-12-03 17:28

Jakarta – Kuduke ibhanoyi lamaphoyisa ase-Indonesia linabantu abangu-13 phakathi ngoMgqibelo liya eBatam ngaseSingapore, kusho iziphathiamandla.

Ibhanoyi, ebelinezisebenzi ezinhlanu kanye nabagibeli abangu-8, ligcine ukuxhumana nababhekelele izindiza ngemuva kwemizuzu engu-50 lisukile eSumatra island, kusho amaphoyisa esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Kusolwa izintambo zikagesi ngomlilo obulale 11 esikoleni

Isikhulu seNational Search and Rescue Agency uHenry Bambang Soelistyo uthe abatakuli bathungatha olwandleni phakathi kwaseMensanak naseSebangka.

Uthe izakhamuzi zithole isihlalo kanye nesikhwama esineselula kanye neminye imiqulu yamaphoyisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.