Kudumale abalandeli uZahara engalubhadi emcimbini obuseVenda

2016-12-28 14:32

Johannesburg - Bekulindeleke ukuba umculi, uBulelwa Mkutukane, ayonandisa eVenda kodwa akazange alubhade kanti neselula yakhe ibicishiwe sonke isikhathi.

Abalandeli abebehambele umcimbi ukuyoba lesi sihlabani seculo Loliwe zisale zidumele kakhulu.

OLUNYE UDABA:Kubikwa ukuthi uzithwele uZahara

Ngokusho kukaDJ Nipro Ratombo ongomunye wabahleli, uZahara wakhokhelwa yonke imali engu-R60 000 ngaphambi komcimbi, "Kunenkontileka ekhona ethi uma engafiki emcimbini kuzomele ayibuyise imali".

UDJ Nipro uthe kade bezama ukuxhumana noZahara nemenenja yakhe kdwa izingcingo zabo bezicishiwe.

"Abakaze bazama ukusithinta. Abakaze bazamae nokuxolisa. impela siyifuna ibuyile imali yethu njengoba beziphathe kanje," kusho uDJ Nipro.

 - Drum

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.