Kudunwe ibhasi likaMasipala linabagibeli eTshwane

2018-01-17 18:00

Pretoria – Ibhasi likaMasipala waseTshwane i-A Re Yeng bus lidunwe ngoLwesibili njengoba kuqhubeka impi phakathi kwalo masipala kanye nososeshini bamatekisi.

Ngokusho kwelungu lekomidi lezeMigwaqo nezokuThutha uSheila Lynn Senkubuge,  uthe leli bhasi lidunwe linabagibeli lahanjiswa endaweni yaseStinkwater eHammanskraal.  

"UMasipala usebize umhlangano ophuthumayo nososeshini abahlukene bamatekisi ukuze kuqinisekiswe ukuthi bonke abashayeli babo bayayilandela imigomo yesivumelwano ababambisene ngaso.

"Uma behluleka ukwenza njalo, uMasipala uzophoqeleka ukuba uthathe izinyathelo zezomthetho ukulungisa lesi simo nokuqinisekisa abagibeli ukuba bazothola izinsiza ezibafanele zezokuthutha," kusho yena.

OLUNYE UDABA: Kulimale abangu-16 kuginqika ibhasi - Eastern Cape

Amaphoyisa kaMasibala akwazile ukulilanda leli bhasi alibuyisela eRainbow Junction.

USenkubuge uthi uMasipala waba nesivumelwano nososeshini abathathu bamatekis abaseHammanskraal, Stinkwater nase-Eersterus ngesinxephezelo.

Isivumelwano nenhlangano iHammanskraal Taxi Organisation (HATO); Stinkwater Eersterus Taxi Association (SETA); ne-Ga-Mokone Hammanskraal Stinkwater Taxi Association (GHSTA) sithi: "ososeshini ngeke basaqhubeka nokungena edolobheni kusukela emalokishini abasebenzela kuwo."

Yize kunesivumelwano, abashayeli bamatekisi ababashiyi abagibeli kulezi zindawo okwavunyelwana ngazo futhi baphoqa abagibeli ukuba bakhokha u-R24 no-R23 esikhundleni sika-R17.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.