Kudunwe imoto kanogada kaRamaphosa, kwebiwa nezibhamu - Umbiko

2018-01-31 08:09

Pretoria - Omunye wonogada bePhini likaMengameli wezwe uCyril Ramaphosa - okwiSouth African National Defence Force (SANDF) – udunwe imoto ngempelasonto wantshontshelwa inqwaba yezibhamu, kubika i-EWN.

Kukholakala ukuthi isigameko senzeke e-Olievenhoutbosch ngoMgqibelo ebusuku ngesikhathi eyolanda esinye isikhulu samasosha.

Isisulu besihamba sodwa emotweni ngesikhathi sesigameko.

Kubikwa ukuthi isisulu besihamba ngemoto yohlobo lwe-BMW X6, kanti besithwele izibhamu ezintathu ezinkulu kanye nezinye ezintathu ezincane ngesikhathi sidundwa imoto.

OLUNYE UDABA: Kwelulwe izinsuku zokubhalisa e-Unisa

Kukholakala ukuthi abasolwa bazulazule nesisulu cishe amahora amabili ngaphambi kokuba basishiye eMidrand.

Amaphoyisa ngokuhamba kwesikhathi ayitholile imoto kanye nezibhamu ezimbili eDaveyton e-East Rand.

Amaphoyisa avumile ukuthi kubesigameko sokudunwa kwemoto kodwa enqaba ukwenaba ngemininingwane yesisulu nokuthi kwebiwe izibhamu ezingaki.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.