Kudutshulwe abantu abathathu bashona ephathini

2016-07-31 09:00

Seattle - Kushone abantu abathathu kwathi omunye walimala ngesikhathi kunesigameko sokudubula ephathini ebisemzini oseMukilteo ebusuku, okuyindawo engaseSeattle, eMelika.

Umsolwa zibe seziyamkhalela ngokuhamba kwesikhathi ngemuva kokuthi kumiswe imoto abehamba ngayo kunesivimbamgwaqo ngoMgqibelo, kusho amaphoyisa etshela izintatheli.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owagwaza ababezithathela ama-snacks ephathini e-KZN

"Umphakathi namanje usabambe ongezansi ngalesi sigameko. Miningi imibuzo engaphenduleki esinayo mayelana nalesi sigameko," kusho iMeya yaseMukilteo, uJennifer Gregerson.

Unezezele ngokuthi ofakazi abebekhona bancane ngokweminyaka.

Amagama neminyaka yalabo abashonile kulesi sigameko ibingakakhishwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.