Kudutshulwe abantu abathathu 'odlameni' lwamatekisi

2017-02-10 12:31

Johannesburg - Kudutshulwe abantu abathathu balimala esehlakalweni okukholakala ukuthi sihlobene nodlame lwamatekisi eJabavu, eSoweto.

Isehlakalo senzeke ekuseni ngoLwesihlanu.

Kukholakala ukuthi isehlakalo sihlobene nombango womzila ophakathi kwezinhlangano ezimbili zamatekisi.

Kutshalwe inqwaba yamaphoyisa endaweni yesigameko lapho kudutshulwe khona izimoto ezincane kanye netekisi.

OLUNYE UDABA: USomlomo uyitotose kakhulu i-EFF - Mantashe

Izimoto ezincane umsebenzi wazo ukuqapha imizila kanye namarenki endaweni.

Ithimba longoti bezibhamu ngaphansi kwe-SAPS lisendaweni yesehlakalo licosha izinhlamvu njengobufakazi obuzosetshenziswa uma sekwenziwa uphenyo.

INancefield-Dube West Taxi Association kanye neWitwatersrand African Taxi Association babanga umziwa waseMofolo nowase-Orlando.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.