Kudutshulwe ingane, izigebengu ziqukula imoto zizama ukuyeba

2016-08-17 12:38

Port Elizabeth – Intombazane idutshulwe ebusweni nasesandleni ngesikhathi amadoda amane ezama ukweba imoto kamama wayo eGreenfields, ePort Elizabeth.

Kuthiwa la madoda afike kulo muzi okuMjiba Street ngabo-01:00 ngoLwesibili ezintatha amemeza lo mndeni, kusho uWarrant Officer Alwin Labans etshela iNetwerk24.

"Abefuna ukhiye weToyota ebipakwe egcekeni.”

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe abebezama ukweba imoto eGoli

Lo wesifazane wenze sengathi akazi ukuthi ngekabani le moto izigebengu ezikhuluma ngayo, la madoda abe eseyiqukula le moto ayibeka ngaphandle kwesango.

“Lo wesifazane ube esezwa ukuqhuma kwesibhamu, wathi uma eyobheka wathola indodakazi yakhe, 13, idubuleke ebusweni nasesandleni,” kusho uLabans.

Amasela abe eseyabaleka, ingane yaphuthunyiswa esibhedlela.

Bekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.