Kudutshulwe ingane kuphangwa emzini oseBrakpan

2017-09-14 13:59

Brakpan - Ngezithuba zabo-03:30 ezintatha zangoLwesithathu abezimo eziphuthumayo bakwaNetcare 911 babizelwe emzini oseBrakpan.

Imibiko eqhamuka kule ndawo ithi kufike abasolwa abebehlomile kulo muzi bahlasela umndeni ngenhloso yokuwuphanga.

Abe-Netcare 911 bafike kule ndawo bathola ubaba obelimele ngemuva kokushaywa ngesibhamu kanye nomfana obenenxeba lokudutshulwa.

Le ngane ilashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

Okhulumela abeNetcare uNick Dollman uthe amaphoyisa abekhona kule ndawo kanti asaphenya ngalokhu okwenzekile.

OLUNYE UDABA:Ugeqa amagula umfana odlwengulwe 'umalume'

Kwesinye isigameko esenzeke eDie Wilgers, ePitoli, kuboshwe umsolwa obezama ukugqekeza kule ndawo, kubika iRekord East.

"Ekuseni sekugamenxe ihora leshumi unogada osebenzela inkampani iComsafe Security ubehlola isimo kule ndawo ngesikhathi ezithela phezu komsolwa oyedwa.

"Lo mlisa ungomunye wabasolwa abathathu abebegqekeza kweminye yemizi ekule ndawo," kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Ilze Jones.

UJones uthi lo msolwa uhlasele unogada wamkhomba ngesibhamu ngaphambi kokumthathela isibhamu somsebenzi.

Kusenjalo, kufike amaphoyisa ophiko lweGarsfontein Crime Prevention, abasolwa basakazeka bebaleka.

"Abasolwa bathuswe yisiphithiphithi sokukhala kwezimoto zamaphoyisa nokuyilapho unogada ephunyuke khona weqa uthango lweminye yemizi ekule ndawo wakwazi ukucasha.

"Amaphoyisa abambe umsolwa oyedwa ababili abebesasendlini babaleke ngezinyawo bephuma ngesango elingemuva," kuphetha uJones.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.