Kudutshulwe iphoyisa esikhungweni sokuvota

2016-08-04 13:32

Cape Town – Kudutshulwe iphoyisa lisebenza esikhungweni sokuvota e-Athlone, laphucwa isibhamu somsebenzi ekuseni ngoLwesine, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

Abasolwa abane ebebehlomile bahlasele iphoyisa ngezithuba zabo-02:00 ekuseni, ekhoneni likaLawrence Road noPliny Street, ngokusho kukaLieutenant Colonel André Traut.

Funda nalolu daba: Sekuze kwaguga isicathulo befuna kumbiwe isidumbu

"Iphoyisa lidubuleke lalimala laphuthunyiswa esibhedlela kanti lisesimeni esethembisayo,” usho kanje.

"Abasolwa babaleke endaweni yesehlakalo ngemoto e-silver yohlobo lweToyota Avanza futhi bebengakaboshwa. Elinye iphoyisa ebelikhona endaweni yesehlakalo lona alilimalanga.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.