Kubulewe isisebenzi sasendlini sivikela umqashi

2016-07-23 09:00

Newcastle - Isisebenzi sasekhaya sibulewe ngoLwesine ekuseni endaweni yaseParadise eNewcastle.

Ngokusho kukaMark Jacobs ongumnikazi wenkampani yonogada i-Two Eagles Security, kuqubuke ingxabano komakhelwane nokuyinto eholele ukuthi owesilisa angene egcekeni lesalukazi.

Isisebenzi sasendlini besizama ukuvikela ugogo ngesikhathi lo wesilisa emgwaza emqaleni.

OLUNYE UDABA:Kusolakala ukuthi beline-TB ibhubesi elibulale isisebenzi

Abosizo lokuqala bafike kule ndawo bathola lesi sebenzi sophe kakhulu futhi kungabonakali ukuthi sisaphila.

Amaphoyisa afike kule ndawo azama ukuthungatha umsolwa kodwa wangatholakala. Okwamanje uphenyo lusaqhubeka, kubika iNewcastle Advertiser.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.