Kudutshulwe izingane ezintathu enkonzweni yesikhumbuzo

2016-07-14 16:01

Cape Town - Izingane ezintathu zidutshulwe zalimala enkonzweni yokukhumbula umshayeli wesitimela.

Lokhu kwenzeke ngoLwesine eBonteheuwel, bude buduzane nenkonzo yesikhumbuzo yomshayeli wesitimela osanda kubulawa uPiet Botha.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa usomatekisi obezihlalele emotweni

Ithe iphela inkonzo yesikhumbuzo kwazwakala kuqhuma izibhamu emgwaqeni, kanti abazibonele ngawabo bathi kufike imoto yohlobo lwe-Citi Golf kunabantu abahlanu phakathi.

Kuphume oyedwa emotweni wavulela ngenhlamvu ebhekise komunye umuzi, kulimale izingane ezintathu ebezidlala phandle.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.