Kudutshulwe kabi umnikazi wesitolo ePMB

2017-01-20 06:59

Pietermaritzburg – Kulimale kabi umnikazi wesitolo ngesikhathi edutshulwa esesitolo sakhe sikapende eRosedale, eMgungundlovu, ngoLwesine ntambama.

Okhulumela iNetcare911 uChris Botha uthe abosizo lokuqala bathole umbiko ngesehlakalo sokudubula, baphuthuma endaweni yesehlakalo.

OLUNYE UDABA: Bakhishwa inyumbazane abafundi abakhonza kwelamaNazaretha

“Imibiko esiyithole ngesisulu iveza ukuthi sihlaselwe ngoshayasibhamu abangaziwa esitolo saso,” usho kanje.

UBotha uthe akucaci kahle ukuthi kubeyini imbangela yokudubutshulwa kwaso isisulu kodwa uphenyo luyaqhubeka.

“Abosizo lokuqala bafike endaweni yesehlakalo bathola owesilisa elimele kabi esifubeni. Isisulu sithole ukwelashwa endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuba siphuthunyiswe esibhedlela,” kusho uBotha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.