Kudutshulwe kwabulawa ababili ekilabhini eFlorida

2016-07-25 14:31

Florida – Kushone ababili kwalimala abalinganiselwa ku-16 ekilabhini eseFort Myers, eFlorida entathakusa, kubika iReuters.

Ngokusho kwamaphoyisa, ukudubula kuwale endaweni yokupaka izimoto ngo-12:30. “Sifike sathola abantu abambalwa benamanxeba okudutshulwa.”

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abantshontshe izibhamu befuna ukudubula amaphoyisa

Kubanjwe abantu abathathu abahlonywe ngemibuzo, kanti amaphoyisa athe le ndawo iphephile yize kunemigwaqo embalwa esavaliwe.

Lesi sehlakalo silandela esibi kakhulu lapho owesilisa wagasela ekilabhini yezitabane wavulela ngenhlamvu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.