Kudutshulwe kwabulawa ababili eMall of Africa

2016-07-04 07:02

Midrand -Amaphoyisa athi amadoda amabili okusolakala ukuthi ngabashayeli bamatekisi adutshulwe abasolwa ababili abebehamba ngemoto yohlobo lwe-VW Polo emhlophe.

“Abasolwa bavele bavulela ngenhlamvu kulaba bashayeli kanti bashonele khona lapho endaweni yesigameko,”kusho uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini.

OLUNYE UDABA:Oshayasibhamu bavulele ngenhlamvu kwabebelibangise enkantolo

Lesi sehlakalo senzeke ngeSonto ebusuku, kanti lezi zimpi zalo mzila ongenela kule nxanxathela yezitolo ziqale ngenyanga kaMeyi isanda kuvulwa.

Abanikazi bamatekisi eGoli bathi lezi zimpi bezingagwemeka uma nje, babandakanywa kwizinhlelo zokwakhiwa kwale nxanxathela yezitolo enkulu kunazo zonke, kubika i-eNCA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.