Kudutshulwe kwabulawa amadoda amabili eKZN

2016-07-24 11:01

Estcourt -  Amaphoyisa aqinisekise ukubulawa kwamadoda amabili kwizigameko ezimbili ezihlukene e-Estcourt.

UThulani Zwane okhulumela amaphoyisa uthe umsolwa uzihambise yena emaphoyiseni kanti omunye usagcwele izinkalo.

OLUNYE UDABA:Izakhamuzi zingene nezicabha esitokisini, zabulala umsolwa

Usenxuse umphakathi ongaba nolwazi ukuthi usize ukuze kutholakale lo omunye umsolwa.

Isigameko sokuqala senzeke lapho umsolwa efika ejoyintini kukhona isisulu kwaqubuka ingxabano, wase eyadubula sashonela khona lapho isisulu.

" Lo msolwa uzilethe yena emaphoyise futhi uzovela enkantolo ngoMsombuluko," kusho uZwane.

Isigameko sesibili senzeke ngakuyo leyo ndawo kodwa akukaboshwa muntu, kubika iSABC News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.