Kudutshulwe kwabulawa ilungu le-AMCU phambi kwendodakazi, 6

2017-09-24 09:57

Wonderkop – Inyunyana yabasebenzi basezimayini i-Association of Mineworkers and Construction Union (AMCU), ithi kudutshuylwe kwabulawa ilungu lasezimayini iLonmin eWonderkop, eNorth West, phambi kwendodakazi yalo eneminyaka engu-6 ubudala.

UMengameli we-AMCU uJoseph Mathunjwa uthe esitatimendeni ngoMgqibelo, uMvelisi Biyela, obesebenzela ehhovisi lezempilo nokuphepha eLonmin udutshulwe wabulawa nngaphandle kwasemzini wkahe ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA:IMarikana akuyona inkundla yezepolitiki - Amcu

UMathunjwa uthe ukubulawa kwaBiyela kubathusile kodwa abesabi.

"Labo abacabanga ukuthi ubuvaka babo bukayiqeda le nyunyana abacabange kabili.".

Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule sekubulawe abaholi abahlanu.

Kuyo le nyanga, ngomhlaka-12 Septhemba kwadutshulwa kwabulwa umgcinimafa wegatsha ngaphandle kwase-Mpala Platinum eRustenburg.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.