Kudutshulwe kwabulawa ilungu lePhalamende

2016-08-01 10:09

Johannesburg – Amalungu ePan African Parliament (PAP) afuna uhulumeni waseNingizimu Afrika aqinise ezokuphepha ngemuva kokubulawa kwelungu lePhalamnde laseSenegal ngoLwesine.

Imithombo esondelene le-PAP, okuyiphalamende elizinze eGallagher Estate eMidrand, lithe ngeSonto lokhu kuhlaselwa kwamalungu ePhalamende kwenzeka cishe mihla yonke uma kunomhlangano.

Funda nalolu daba: Kutholakale usana lulahliwe

Lona wesifazane oyilungu lePhalamende elidabuka eSenegal uhlaselwe ngesikhathi esuka esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo beya ehhotela nozakwabo.

Omunye wabathathu ebebehamba nomufi usesibhedlela ngemuva kokudubuleka.

- ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.