Kudutshulwe kwabulawa indoda emzini wayo oseMusgrave eThekwini

2016-08-01 20:30

Durban - Kudutshulwe kwabulawa indoda emzini wayo oseMusgrave eThekwini.

Kukholakala ukuthi le ndoda eneminyaka engu-47 ubudala ibiyodwa endlini ngesikhathi ihlaselwa ngamadoda amabili ekuseni.

Le ndoda ihlonzwe ngabosizo lokuqala njengoshonile endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa owesilisa kunengxabano

Okhulumela amaphoyisa uThulani Zwane uthe imbangela yesigameko ayaziwa kanti kuvulwe icala lokubulala.

"Abasolwa kusolwa ukuthi bavulele ngenhlamamvu bebhekuise kule ndoda. Le ndoda yashona ngenxa yalokho. Abasolwa abazange bakwazi ukuthatha impahla babaleka endaweni yesigameko ngezinyawo. Akukaboshwa muntu," usho njalo, kubika iNewswatch.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.