Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa lilinde uzakwabo

2016-08-06 13:33

Cape Town – Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa laseKapa lisemsebenzini, kusho idolobha ngoMgqibelo.

Idolobha esitatimendeni elisikhiphile lithe lisashaqekile futhi lidumele ngesigameko sokubulawa kwephoyisa.

UJulian Davidson, 30, udutshulwe wabulawa eLower Crossroads ngoLwesihlanu ebusuku.

Funda nalolu daba: Senyukile esabavotele i-ANC eKZN

Uhlaselwe abalisa abangaziwa ngesikhathi ehleli emotweni yamaphoyisa, elinde uzakwabo.

Kukholakala ukuthi izigebengu zidubule amahlandla amaningi zibhekise kuDavidson .

Imenenja yedolobha isiphinde yagunyaza ukuba kukhishwe umehlakaboni ka-R50 000 ozonikezwa onemininingwane ngokubulawa kukamufi.

- ANA 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.