Kutholakale isidumbu sowesilisa edamini

2018-04-07 13:29

East London - Amaphoyisa ophiko lwe-Search and Rescue kanye wase-K9 e-East London naseMthatha athole isidumbu sowesilisa edamini iBulolo ngoLwesihlanu.

Okhulumela amaphoyisa uKaputeni Nkosikho Mzuku, uthe abeSearch and Rescue Unit baphuthume kuleli damu ngemuva kwemibiko yokuthi kukhona umuntu ominzile.

OLUNYE UDABA:Osebenza e-car wash ushaye wachitha nemoto yekhasimende

UMzuku uthi amaphoyisa athole isidumbu sowesilisa oneminyaka engu-30 ubudala kanti lesi sidumbu sidluliselwa emaphoyiseni asePort St Johns.

Akukaqondakali kahle ukuthi lo mlisa uminzele kuphi, kodwa kuvulwe idokodo kanti nophenyo luyaqhubeka.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.