Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa nomyeni walo eKZN

2017-08-02 16:01

Pietermaritzburg – Kudutshulwe iphoyisa lesimame nomyeni wakhe ekhaya labo eliseDraaihoek, Plessislaer, ngoLwesibili ebusuku.

Leli phoyisa, uConstable Nobukhosi Msimanga, 39, belisebenzela esiteshini sase-Alexandra Road libulewe nomyeni walo uMsimanga, 47, behlaselwa oshayasibhamu abangaziwa.

Indodakazi yabo iyona ethole izidumbu zabo zidindilize ngaphandle egcekeni, kusho okhulumela amaphoyisa uBrigadier Jay Naicker.

OLUNYE UDABA:Iphoyisa lisindwe yizinyawo libulala umsolwa kanti indodana isithule

"Kukholakala ukuthi abasolwa badubule babulala izisulu ngaphambi kokubaleka. Izidumbu zabo zitholakale zinamanxeba okudutshulwa, zitholwa yindodakazi yabo,” kusho uNaicker.

Imbangela yokubulawa kwabo ayaziwa okwamanje kodwa amaphoyisa asaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.