Kudutshulwe kwabulawa izingane ezimbili kwi-baby shower

2016-11-30 12:29

Mexico City – Iziphathimandla zasenyakatho yezwe iMexico zisola ingxabano yezidakamizwa ngesehlakaloo sokudubula esenzeke kune-baby shower kwashona izingane ezimbili noyedwa osekhulile.

Okhulumela ezokuphepha esifundeni iNuevo Leon uthi kulesi sehlakalo kudutshulwe kwashona ingane eneminyaka emihlanu nenye eneminyaka eyisikhombisa ubudala, kanye nowesilisa oneminyaka engu-40 ubudala, kwalimala abanye abathathu.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe uthisha owadlwengula abafundi abane

Okhulumela ezokuphepha u-Aldo Fasci uthi isehlakalo senzeke ngoMgqibelo emzini oseSanta Catarina, okuyindawo esedolobheni iMonterrey.

UMbuso usukhiphe umehlokaboni olinganiselwa ku-$50 000 ozonikezwa onolwazi oluzoholela ekuboshweni kwabasolwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.