Kudutshulwe kwabulawa obegqugquzela ukuthula eMlazi

2016-11-09 10:00

Durban - Kudutshulwe kwabulawa umholi wekomidi lokuthula ehostela laseGlebelands ngoMsombuluko ntambama ngemuva kokuphuma eNkantolo yeMantshi yaseMlazi.

Okhulumela amaphoyisa uNqobile Gwala uthe kudutshulwe kwabulawa indoda eneminyaka engu-40 ubudala kuPrince Mcwayizeni Road eMlazi esigcemeni sakwa-V ngezithuba zabo-13:30.

OLUNYE UDABA: 'Ukufakwa kwefenisi kuzokwenza kube nzima ukubalekela izitha'

"Kusolwa ukuthi umufi ubehamba kulo mgwaqo ngesikhathi abagibeli bemoto engaziwa bevulela ngenganono bebhekise kuye baqeda babaleka.

"Udutshulwe amahlandla amaningi washonela endaweni yesigameko," kusho uGwala eqhuba ngokuthi akukaboshwa muntu.

Ngokusho kwesitatimende sikaVanessa Burger oyisishoshovu samalungelo omphakathi nabantu uthe ababulali bavulele ngenhlamvu bebhekuse kumufi behamba ngeveni emhlophe.

"Kubukeka sengathi bawochwepheshe njengoba kungalimalanga muntu obehambisana nomufi ngaleso sikhathi," kusho uBurger.

 - Daily News

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.