Kudutshulwe kwabulawa owamukela imali erenki

2016-07-06 17:01

Midrand – Owamukela imali erenki engaphansi kukasoseshini we-Ivory Park Taxi Association udutshulwe wabulawa ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uKay Makhubele uthe amaphoyisa athole umzimba wesisulu udindilizile emotweni nokusolakala ukuthi ubeshayela ngesikhathi ehlaselwa.

OLUNYE UDABA:Kulimale 22 kushayisana amatekisi eKZN

Imoto kamufi itholakale ekhoneni lemigwaqo uFreedom Drive kanye noMnotho e-Ivory Park.

“Umufi utholakale ephakathi emotweni futhi enamanxeba amabili okudutshulwa ngenhla emzimbeni nangezansi.

Kutholakale imali emotweni kanye nomakhalekhukhwini wohlobo lwe-Sumsang nokwenze amaphoyisa asola ukuthi ubulewe ngenhloso.

Uqhubeke wathi abasolwa bebehamba ngemoto yohlobo lweToyota Tazz emhlophe, kanti uphenyo lusaqhubeka, kubika iMidrandReporter.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.