Kudutshulwe kwabulawa owase-Ethiopia ebanjwa inkunzi eGoli

2016-11-18 10:01

Johannesburg - Abanikazi bezitolo zabokufika sebehlalela ovalweni ngemuva kokuba kubulawe umnikazi wesitolo odabuka e-Ethiopia endaweni yaseThokoza eKurhuleni ngesikhathi kubanjwa isitolo sakhe inkunzi ngoLwesithathu ebusuku.

Umnikazo wesitolo esiseduze kwesomufi sika-Eerbre Kaberto uthe: "Asiphephile. Thina sila sizosebenza kodwa ekugcineni sibulawela into engekho. 

"Abavele bathathe abakufunayo basiyeke.

OLUNYE UDABA: Kubulawe umnikazi wesitolo ebanjwa inkunzi eRichmond

"Sinemindeni okufanele siyinakekele kanti sisebenza kanzima ukuze sithole imali mase kuvele kuqhamuke abantu bazosibamba inkunzi."

U-Eerbre uqhube ngokuthi bafuna amaphoyisa awavikele.

"Amaphoyisa kufanele abavalele ababulali. Ezweni lethu izinto zenziwa ngendlela ehlukile, uma ubulele nawe uyabulawa," kusho Eerbre.

Okhulumela amaphoyisa aseVosloorus uCaptain Piet Rossouw uqinisekise isigameko. 

"Amadoda angu-6 angene esitolo esiseThokoza adubula abulla indoda.

"Abaleke ne-airtime yemali engu-R1 800 nemali engu-R6 000.

"Kuphenywa icala lokuphanga nokubulala," kusho uRossouw.

 - Daily Sun

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.