Kudutshulwe kwabulawa owayengusomlomo kaMasipala waseNkomazi

2017-10-06 12:30

Malelane - Kudutshulwe kwabulawa owayenguSomlomo kaMasipala waseNkomazi, uVictor Mashabane, kusho amaphoyisa aseMpumalanga ngoLwesine.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Leonard Hlathi uthe uMashabane, 55, udutshulwe wabulawa ngamadoda angaziwa ngoLwesibili ebusuku.

"UMashabane kusolwa ukuthi wathunjwa esangweni emzini wakhe Kamhlushwa, eduzane naseTonga.

OLUNYE UDABA:Kuphenywa isigameko sokubulawa kwemenenja yakwamasipala eKZN

"Ngokwemininingwane, wabanjwa ngamadoda amfaka emotweni yakhe kuthe ngemuva kwesikhashana watholakala eshonile emotweni yakhe," kusho uHlathi.

Umasipala waseNkomazi uphethwe yi-ANC.

Amaphoyisa anxusa lowo ongase abe nolwazi mayelana nesigameko sokuthumba ukuba axhumane nomseshi uCaptain Pat Banda ku-082 449 0291.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.