Kudutshulwe kwabulawa owesilisa kunengxabano

2016-08-01 07:25

Cape Town – Kudutshilwe kwabulawa umfana oneminyaka engu-21 ubudala ngoMgqibelo ngemuva kwengxabano abenayo nowesilisa oneminyaka engu-32 ubudala eKhayelitsha, ekusho amaphoyisa aseKapa.

Isisulu sidutshulwe kanye ekhanda sashonela endaweni yesehlakalo, kusho uLieutenant Colonel Andre Traut ngeSonto.

Funda nalolu daba: Kuphume nesinedolo kowe-EFF

Amaphoyisa abizelwe endaweni yesehlakalo abopha umsolwa aphinde ashaqa nesibhamu.

Uzovela eNkantolo yeMantshi yaseKhayelitsha ngoMsombuluko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.