Kudutshulwe kwabulawa owesilisa obegibele itekisi

2018-03-11 12:04

Durban – Owesilisa osekhulile obegibele itekisi udutshulwe wabulawa ngoMgqibelo ekuseni.

Okhulumela i-IPSS Medical Rescue, uPaul Herbst, uthi isigameko senzeke ku-R74, ngaseStanger, ngezithuba zabo-08:30 ekuseni ngoMgqibelo.

Uthi imibiko yasendaweni yesigameko ithi owesilisa, obehlezi ngemuva kwesisulu, ukhiphe isibhamu wadubula isisulu ekhanda.

UHerbst uthe ngemva kwesigameko, itekisi imile, umsolwa waphuma.

OLUNYE UDABA: Wesabela impilo yakhe owasehostela laKwaMashu

Ngokusho kwemibiko, kume imoto wagibela kuyona umsolwa, yabe isibaleka.

UHerbst uthi abosizo lokuqala bakwa-IPSS bafikile, kodwa bekungekho ebebesangakwenza, kwaqinisekiswa ukuthi useshonile.

Uthe amaphoyisa abekhona endaweni yesigameko eqhuba uphenyo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.