Kudutshulwe kwabulawa oyedwa kwalimala omunye ePMB

2016-08-08 12:32

eMbali - Kusale oyedwa enkundleni omunye walimala kabi kwisigameko sokudubulana ePietermaritzburg ngeSonto ebusuku.

Ngokwemibiko yabezimo eziphuthumayo, kutholakale amadoda amabili aseminyakeni yo-20 ubudala enamanxeba okudutshulwa.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe abathathu kwalimala kabi ababili

Ngesikhathi behlolwa, oyedwa ubeseshonile kanti omunye obelimele kabi uphuthunyiswe esibhedlela.

Imbangela yalesi sehlakalo ayikaziwa okwamanje kanti amaphoyisa asevule elokubulala nelokuzama ukubulala, kubika Eyethu News.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.