Kudutshulwe kwabulawa ubaba nendodana eGoli

2018-03-26 11:01

eGoli -  Owesilisa oneminyaka engu-40 ubudala kanye nendodana yakhe, 14 badutshulwe babulwa eBerea, eGoli ngoLwesihlanu.

Laba bobabili bebehleli emotweni ngesikhathi kufika abasolwa bevulela ngenhlamvu bashonela khona lapho.

Ozibonele ngawakhe ongafunanga ukuba igama lakhe lidalulwe uthi bebehleli ngaphansi kwesihlahla bude buduze nendawo yesigameko.

"Kufike amadoda aphaka imoto yawo buqamam neyalo mlisa, baphume emotweni yabo baqonda ngqo kwakamufi nendodana yakhe oyedwa wabo wavulela ngenhlamcu.

"Sivele sasaba sicabanga ukuthi bathi bazosihlasela sabaleka sayocasha. Abasolwa bebengenandaba ukuthi kunabantu abebebuka emgwaqeni, babuyele emotweni yabo bahamba, kusho lo mthombo.

OLUNYE UDABA:Olume amaphoyisa indlebe ngabanezibhamu eGlebelands useboshiwe

Omunye ozibonele ngawakhe utshele abeDaily Sun ukuthi basola ukuthi lokhu kuhambisana nodlame lwamatekisi.

"Le ndoda ebulewe ingusomatekisi owaziwayo,"kusho yena.

Abantu abebebuka bathi abasolwa bekungamele babulale nengane engenacala.

Okhulumela amaphoyisa aseHillbrow uSergeant Mduduzi Zondo uthe laba batholakale bedindilizile endaweni yesigameko.

Unxusa abanolwazi olungasiza amaphoyisa ngalolu phenyo ukuba basondele ngaphambili.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.