Kudutshulwe kwabulawa ugogo

2016-08-12 19:01

Durban - Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule, ugogo uDumazile Celem wabanengxabano eshubile nomfana ayembambe egcekeni lakwakhe.

Lo gogo oneminyaka engu-79 ubudala waseFolweni, eningizimu yeTheku, kuthiwa wayesola umfana ngokuzama ukugqekeza.

Kuthiwa umfana wabaleka, kodwa wasabisa ngokuthi uzobuya.

Ngobusuku losuku lwabesifazane ugogo wahlaselwa wabulawa ngumuntu ongaziwa emzini wakhe.

Indodana yakhe, uMfundo Cele,40, uthi umama wakhe wayeyilungu lebandla laseSheshi.

Funda nalolu daba: Umlingisi ulandisa ngobuhlungu bokushonelwa yindodana

UMfundo uthi ushayasibhamu wangena endlini ngesikhathi bedla isidlo sakusihlwa.

“Kuthi wathi ufuna umuzi kaCele, esekhona wabuza ukuthi ngabe usemzini okuyiwona yini.”

“Ngesikhathi umama evuma, wabesemdubula washona.”

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala uthi kuvulwe icala lokubulala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.