Kudutshulwe kwabulawa umshana wesishoshovu somzabalazo

2017-08-11 09:31

Cape Town – Amaphoyisa aseyiqinisekisile imibiko ethi uShaheed Omar, ongumshana wesishoshovu somzabalazo uDullah Omar udutshulwe wabulawa.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain FC van Wyk ukuqinisekisile ukuthi owesilisa oneminyaka engu-38 ubudala udutshulwe wabulawa ekhoneni lomgwaqo uLansdowne noJan Smuts eLansdowne ngoLwesine ebusuku ngezithuba zabo-20:30.

"Siphenya ngecala lokubulala,” kusho uVan Wyk etshela iNews24.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele owadushela owesifazane emgwaqeni egijima

Imibiko kuTwitter efakwe uYusuf Abramjee ithi u-Omar udutshulwe wabulawa esigamekweni sokuzama ukuduna esenzeke eLansdowne, eKapa.

"Yilokho kuphela engikwaziyo okwamanje, kodwa ngizoqhubeka nokwazisa abantu ku-Twitter wami,” kusho u-Abramjee etshela iNews24 ngoLwesihlanu ekuseni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.