Kudutshulwe kwabulawa usomatekisi eMasiphumelele

2018-04-04 16:02

Cape Town - Kudutshulwe kwabulawa umshayeli wetekisi eMasiphumelele.

Isigameko senzeke ngoLwesibili.

Imbangela yokudubula ayikacaci kanti futhi bekungakaboshwa muntu okwamanje.

OLUNYE UDABA:I-video kubulawa usomatekisi eMpangeni

Owamaphoyisa uNoloyiso Rwexana uthe: "Kuvulwe icala lokubulala ukuze kuzophenywa kulandela isigameko sokudubula esenzeke izolo ekuseni ngezithuba eziphakathi kwa-04:00-05:00.

"Ngokusho kwemininingwane kudutshulwe kwabulawa indoda, 23."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.