Kudutshulwe kwabulwa umpheki eThekwini

2016-08-09 08:00

Durban - Amaphoyisa aphenya isigameko siokubulawa kompheki odutshulwe washona eThekwini ngoMsombuluko ntambama.

Amaphoyisa athi kudutshulwe indoda eneminyaka engu-56 ubudala kuPercy Osborne Road eMorningside izolo ntambama ngemuva kokuphuma emsebenzini ekhaya labadala.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa indoda emzini wayo oseMusgrave eThekwini

Okhulumela iNetcare 911 uChris Botha uthe imbangela yokudubula ayaziwa, kubika iNewswatch.

"Ngesikhathi befika endaweni yesigameko bafice indoda eneminyaka engu-56 ubudala idindilize phansi onqenqemeni lomgwaqo. Kuzwakale ukuthi le ndoda ibingmpheki wasekhaya labadala kanti akukude nasemsebenzini la etholakale khona. Ngemuva kokuyihlola kutholakale ukuthi ishone ngenxa yamaxeba ebunawo okudutshulwa."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.