Kudutshulwe kwalimala ababili kwalimala oyedwa ekilabhini eW Cape

2017-10-15 10:03

Cape Town - Oshayasibhamu abangene nezicabha endaweni yobumnandi eseStellenbosch ngoMgqibelo badubule babulala abantu ababili kwalimala owesithathu.

Owesifazane, 30, nowesilisa, 40, bashone ngesikhathi amadoda evulela ngenganono eyongena ethoyilethi lakule ndawo, iCubana ekuPlein Street.

Kulimale owesifazane ophuthunyiswe esibhedlela.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa ababili ekilabhini eFlorida

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape uFrederick van Wyk uthe: "Kuvulwe amacala amabili okubulala nelokuzama ukubulala ukuze kuzophenywa."

Imbangela yesigameko, esenzeke ezintatha kusa, ayaziwa kanti amaphoyisa acela ukuthi onolwazi axhumane nawo. 

Abaphathi bakule ndawo iCubana abafunanga ukuphawula ngesigameko.

 - SowetanLive


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.