Kudutshulwe kwalinyazwa amalungu e-EFF e-W Cape

2016-07-14 14:33

Cape Town - Kudutshulwe kwalimala umholi weqembu le-Economic Freedom Fighter (EFF) nelinye ilungu layo eVrygrond eduzane naseMuizenberg eWestern Cape.

Lesi sigameko sibikwe endaweni izolo ebusuku.

OLUNYE UDABA: Kushone izingane ezimbili kugingqika imoto

La madoda womabili kuzwakale ukuthi izakhamuzi zaseVrygrond aphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kwesikhashana kwenzeke isigameko.

Umholi we-EFF uGodfrey Tromp nelinye ilungu elingakahlonzwa bayelulama esibhedlela kulandela isigameko sokudubula.

Amaphoyisa ayaphenya, kubika i-EWN.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.