Kudutshulwe onogada bezofaka imali ePinetown

2017-03-31 14:02

Durban – Kuhlaselwe kwaphinde kwadutshulwa onogada ababili abebeyofaka imali ePinetown, ngoLwesihlanu ekuseni, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natali.

Omunye wonogada ushonele endaweni yesigameko kanti omunye kuthiwa kwembulwa kwembeswa kuyena esibhedlela, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane.

Bebeyofaka imali kwelinye lamagatsha akwaStandard Bank ekhoneni le migwaqo uDales kanye noMoodie ngezikhathi zabo-07:30 ngesikhathi abahlaseli babo bevulela ngenhlamvu. Labo nogada baye baphucwa isamba semali engadalulwanga.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe owesifazane esemtholampilo eKZN

Umsolwa olinganiselwa eminyakeni engu-50 ubudala, uboshelwe endaweni yesigameko. Amaphoyisa asePinetown ayaphenya.

Okhulumela abosizo lokuqala, abakwaRescue Care, uGarrith Jamieson, uthe omunye wogada udutshulwe amahlandla amaningi, kanti ushone ngaphambi kokuba bafike.

Unogada wesibili ulimale kanzima kanti uye walashelwa endaweni yesigameko ngaphambi kokuba aphuthunyiswe esibhedlela esiseduzane. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.