Kudutshulwe owesilisa obezihlalele emotweni

2017-09-12 18:00

Johannesburg – Owesilisa uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokudutshulwa amahlandla amaningi eBedfordview ngoLwesibili ekuseni, kusho amaphoyisa aseGauteng.

Isisulu besihlezi emotweni yaso ngesikhathi ushayasibhamu evulela ngenhlamvu edubula, ngaphambi kokuba abaleke, kusho uCaptain Kay Makhubele.

"Asiyazi imbangela yesigameko. Emotweni kutholakale i-laptop kanye nemali,” esho.

OLUNYE UDABA: Uzomiswa obonakale eshaya abafundi esikoleni

Isigameko senzeke ngaseBedford Centre ngezithuba zabo-11:00 ekuseni.

Owesilisa udutshulwe emzimbeni kodwa isimo sakhe okwamanje asaziwa.

Amaphoyisa aphenya ngecala lokuzama ukubulala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.