Kudutshulwe owesimame onqabe ngesikhiye semoto esigamekweni sokuphanga

2017-02-11 13:31

Durban - Owesimame oneminyaka engu-36 ubudala usesimweni esibucayi kulandela ukudutshulwa.

Lokhu kwenzeke emfuleni uMsunduzi ePietermaritzburg ngoMgqibelo ekuseni.

Kukholakala ukuthi lo wesimame ubenomama wakhe behleli eduze komfula ngesikhathi behlaselwa owesilisa.

Le ndoda icele izikhiye zemoto kulo wesimame, ngesikhathi enqaba lo mama indoda ikhiphe isibhamu yamdubula isinye.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulala umama nengane yakhe

Abe-ER24 bafike kule ndawo yesigameko ngaphambi kwehora leshumi bazama ukuhlenga lo wesimame ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela.

Kukholakala ukuthi umsolwa ubaleke ngaphambi kokuba amaphoyisa ahamba nezinja afike kule ndawo.

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.