Kudutshulwe ufakazi ngaphandle kwasenkantolo

2017-11-20 18:02

eGoli - Umshayeli wetekisi udutshulwe wabulawa eDobsonville eSoweto ngoMsombuluko ekuseni kusele amahora ambalwa ngaphambi kokuba ayothula ubufakazi.

Lo mshayeli bekulindeleke ukuba ayothula ubufakazi ecaleni lomngani osolwa ngokubulala intombi yakhe.

Ngokwesitatimende samaphoyisa esikhishwe wuKaputeni Mpande Khoza, lo mshayeli wuyena fakazi obaluleke kakhulu kuleli cala eliqulwa enkantolo eNkulu yaseGoli.

Ukubulawa kwalo mshayeli kulandela ukubulawa komseshi waleli cala okukholakala ukuthi bobabili babulawe yizinkabi ezithengiwe.

OLUNYE UDABA: Usomabhizinisi wathengela ‘owayejola’ nomkakhe izinkabi

"Umufi umngani omkhulu walowo obhekene necala lokubulala intombi ngo-2009. Leli cala lakhishwa enkantolo ngenxa yokuthi abukho ubufakazi obanele. Iphoyisa elaliphenya leli cala laqoqa ubufakazi obuqandikhanda leli cala labuyela enkantolo," kusho uKhoza.

Uthi kucacile ukuba umsolwa lizomgojela leli cala waqasha abantu ukuba babulale umseshi ophenyayo.

"Uphenyo lukhombisa ukuthi kwaqashwa izinkabi ukuba zibulale leli phoyisa.

Umsolwa lamlahla leli cala wagwetshwe iminyaka engu-22 ejele, kubika iThe Citizen.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.