Kudutshulwe umhleli wephephandaba

2016-07-11 08:31

Maseru - ULloyd Mutungamiri, ongumhleli wephephandaba iLesotho Times neSunday Express, usesimeni esibucayi ngemuva kokudutshulwa esemzini wakhe osedolobheni laseMaseru.

Udutshulwe phakathi kwamabili ngoMgqibelo ngesikhathi epaka imoto yakhe egcekeni ephuma emsebenzini.

Funda nalolu daba: Ibhungu 'libulale' umkalo obekhulelwe

Umkakhe, uTsitsi Mutungamiri, uthi uzwe ukuqhuma kwesibhamu wabesehayiza kakhulu efuna usizo ngaphambi kokuba aphumele ngaphandle sesingaqhumi isibhamu.

Uthole umyeni wakhe edubulekile esemotweni.

I-Africa Media Holdings (AMH), okuyinkampani yeLesotho Times, ithi ayikungabazi ukuthi bekuyizinkabi ebezithunyelwe ukuba zibulale uMutungamiri ngoba akwebiwanga lutho, kubika i-INDEPENDENT FOREIGN SERVICE.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.