Kudutshulwe umnikazi wesitolo edolobheni laseNewcastle

2016-08-01 14:31

Ukungahambi kahle kohlelo lokuphanga lwemigulukudu ikone ekuholele ekubulaweni komnikazi wesitolo, kubika iNewcastle Advertiser.

Lokhu kwenzeke esitolo esikumgwaqo u Voortrekker, lapho kugulukudele amadoda amathathu akhomba umnikazi wesitolo ngesibhamu.

Ngokusho kwamaphoyisa, kube nokuhilizisana phakathi kwezigebengu nomnikazi wesitolo nokuyinto eholele ekutheni adutshulwe futhi wagwazwa amanxeba ambalwa.

Funda nalolu daba:Zimkhalele umnikazi womuzi obulale umgqekezi

Lokhu kwenzeke phambi kwenkosikazi kanye nengane yomnikazi wesitolo, kanti ngenhlanhla akwenzakalanga lutho kubona.

Ilunga le-Chinese Chamber of Commerce, u-Alex Liu uthe: “Umnikazi wesitolo uphuthunyiswe esibhedlela esizimele ukuyokwelapha, kanti omunye wamalunga ale nhlangano usiza unkosikazi wakhe ngesitatimende emaphoyiseni.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.