Kudutshulwe umshayeli webhasi ethwele abagibeli e-KZN

2016-08-16 07:00

Pietermaritzburg – Kudutshulwe umshayeli webhasi washona, ebhasini phakathi kunabagibeli abangu-50, ku-Old Wartburg Road, eMgungundlovu, ngoMsombuluko ebusuku, kusho abezimo eziphuthumayo.

Leli bhasi libe seliphaphalaza lashona emhosheni lase liyobhajwa emzini womuntu, kusho okhulumela i-ER24 uChitra Bodasing.

Lo mshayeli uhlawumbiselwa eminyakeni eko-50 ubudala.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe umshayeli wesitimela washona

"Abezimo eziphuthumayo bathole umshayeli webhasi esengaphakathi ebhasini. Ngebhadi ubesedlulile emhlabeni,” esho.

Uqhube ngokuthi babe sebenikeza umgibeli oyedwa usizo lwezempilo ngemuva kokuthi athole imihuzukwana base bemphuthumisa esibhedlela, abanye abagibeli banqabile ukuya esibhedlela.

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athe azophawula ngokuhamba kwesikhathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.