Kufakwe isicelo sokuba amaqembu epolitiki aveze abaxhasi bawo

2016-07-28 19:00

Cape Town –Inhlangano emele umphakathi i-My Vote Counts (MVC) ifake isicelo senkantolo sokuba amaqembu epolitiki ziveze abaxhasi babo.

UJanine Ogle okhulumela lenhlangano uthe ukwazi ukuthi ngobani abaxhasa amaqembu ezepolitiki kuzosiza umphakathi uthathe isinqumo esifanelekile uma kuvotwa.

OLUNYE UDABA:Amaqembu epolitiki awayizwa eyokuxolisa kukaZuma

Le nhlangano ilungiselela ukuhambisa loludaba enkantolo kanti ngenyanga kaMeyi bahambisa isicelo se-PAIA (Usomqulu oqhakambisa ukutholakala kolwazi) kuwo wonke amaqembu ezepolitiki.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.