Kufakwe isicelo sokuhoxiswa kwezikhundla zabaholi bakaKhongolose eKZN

2016-07-27 17:31

Durban – Kufakwe isicelo enkantolo sokuhoxisa ubuholi be-ANC esifundazweni sakwaZulu-Natal sekusele isonto kuyiwe okhethweni.

Lesi sicelo sifuna kuhlehliswe imiphumela yokhetho olwenziwa kwikomfa yangonyaka odlule ngenyanga kaLwezi.

Uma lesi sicelo siphumelela bonke abaholi bale nhlangano kulesi sifundzwe bazokhishwa ehhovisi.

OLUNYE UDABA:Wenze sengathi ushonile ehlaselwa oshayasibhamu owe-ANC

AbeNews24 bathole ukuthi lesi sicelo safakwa ngomhlaka 22 kuNtulikazi sifakwa uLawrence Dube, Sibahle Zikalala, Martin Mzangwa, Mzweni Ngcobo kanye noLindiwe Buthelezi.

Laba bafuna kuhoxiswe izikhundla zabaholi abangu-39 okubalwa kubona usihlalo wesifundazwe uSihle Zikalala, isekela lakhe uWillies Mchunu kanue nabanye abasezikhundleni eziphezulu kuKhongolose.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.