"Kufanele aboshwe oselale namantombazan eangaphezu kwangu-100"

2016-07-26 13:31

Lilongwe - Umengameli waseMalawi uPeter Mutharika ukhiphe umyalelo ngoLwesibili wokuba iboshwe indoda ekhokhelelwa ukuba izibandakanye ocansini nezingane zamantombazane ezingaphezu kwezingu-100 njengengxenye yosiko lokukhuliswa.

OLUNYE UDABA: Abazali bakhokhela amadoda ane-HIV ukuthi azitike ngocansi namadodakazi

Lo myaklelo ukhishwe ngemuva kokuba le ndoda yaseNsanje itshele abezindaba ukuthi isilale namantombazane ngemali eyinikwa yimindeni yawo.

"Ngifuna amaphoyisa abophe u-Eric Aniva, niphenye avele enkantolo  ngecala lokungcola," kusho uMutharika esitatimendeni.

Lo mkhuba ujwayele ukwenziwa eningizimu neMalawi njengezimpisi ngemvume yabazali ngemuva kokungena kanye esikhathini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.